Tuesday, April 16, 2019

http://ziphomdunge.blogspot.com/ (cindy meyiwa)


NGIPHUMELELE EKUGCINENI



igama lami ngingu  sindisiwe Meyiwa ngihlala eHammarsdale ngokwekhaya likamama wami ngazalwa mhlazingu 09 ku Nhlolanja ngo 2004. Ngakhula ngihlala endaweni yasenchanga ngihlala nogogogo .ekukhuleni kwami angilazoi uthando luka mama nobaba .umama ubeyintombazane ezithandela izinto ubengenaso isikhathi sokuthi anakane nezingane. Kanti ubaba wami angimazi nhlobo ngeke ngimkhombe ngishongihlangana naye endleleni . ngamgcina ngifunda ibanga lesibili ukugcina kwami ukuthi ngimbone . ngesikhathi ngihlala nomama ngehlelwe yizinto eziningi kuze kungenelele ugogo wami . umama ubehlale engishiya njalo ahambe ayekophuza .kwakuze kufone omakhelwane befonela ugogo wami esemsebenzini abuye azonglanda . kodwa umama aphinde angithathe . kwathi ngelinye lamalanga umama engishiyile endlini ngedwa  ehambile eyekophuza utshwala ehambe nomuntu athandana naye . wathi lomuntu uma esebona ukuthi umama usephuzile wabuya weza endlini wangi nukubeza ngokocansi . kodwa abazali bami abakaze bangitshele ngALOKHO  KUZE KUBE YIMANJE . Ugogo wagcina esengithathile ngaya kohlala naye naye endaweni yaseNchanga  . nomama wagcina esebuyile waya eNchanga . wafike wathola isoka Elisha ngaba nenhlanhla ngoba lali ngithanda alikaze lizame ukuwenza into embi kimina . futhi okungijabulisayo ukuthi angikaze ngilibize isoka elalithandana nomama ngobaba . ngoba name angizange ngilithokozele ukungalithola ithuba lokuthi ngibize ubaba wami ngobaba . ngoba ngabe bonke abantu obaba bami .  umama akazange angiyise esikoleni njengoba kade sengihlala naye ngoba ugogo wami ubesemthemba ukuthi into eyenzeka ngeke isaphinde yenzeke  futhi . kuze kwafika ugogo wami wathethisa umama  . wangithatha ugogo wami waya kongibhalisela esikoleni.ngafike ngafunda ngiyaqala ibanga lokuqala esikoleni ngonyaka ka 2010 ngineminyaka ewu-6 iminyaka.ngafike ngafunda ngazimisela ngingakase ngifeyile esikoleni okokuthi ngizophindaIkilasi ngaze ngafisa ukuba umbhali wesincwadi ngibhala emaphepheni ngiqede ngilifake kwifayela lami ngingazi ukuthi ngingenzani.ngoba ngangisemncane kakhulu ngineminyaka ewu-9 ngaze ngayofika kwibanga lesithupha ngo 2015 ngineminyaka ewu11.ngaleso sikhathi ngase ngiqala ukuhlupha ngidelela othisha ngishaye othisha ngamaphepha ekhanda uma esebhodini ebhala ngixoshwe esikoleni kodwa ngiphinde ngibuyele umasengixolisile ngithanda ukulwa nabantu nginochuku ngisukela izingane zabantu ngobangazi ukuthi ngekezingenze lutho vele.kodwa akugcinanga lapho kuphela abangane bami usli noma-a kwakuyisikhathi sesikole sokuthi kudliwe wafika kimina wathi angi mame isokisi ngalimama kodwa angibang.nalutho kwathi umasekuyiwa emakhaya thina saya ngaphandle emtapweni wezincadi sathi sifikakhona kwayiwa kwabhenya ibhenzini.yavele yangivalela ekhoneni sengindwazile sengihleka abantu endleleni ngibona izinto ezingekho kwasukelalapho ukubhema kwami ngeze ngayo fika kwibanga lesi-7 ngo2016 ngafunda kancane bengingasifuni isikole bengibaleka ngihambe ngiye ukuyobhema.nabangani bami noma nabanye abantu.ngathi ngiqeda nje ukubhala izivivinyo nganginga thembi ukuthi ngizopha kodwa ngaphasa.kwathi sekumele ngiye koqala ibanga lesi-8 ngiyekofunda esikoleni esiphesheya esqhopha mlando ngafika khona angizange ngizizwe ngamukelekile ngazizwa nginga mukelekile.ngisazizwa umangicabanga ngenxa yokuthi ngangicabanga kakhulu izinto ezangehlela ngikwibanga lesi6 mhla ngicela umuntu ebengizitshela ukuthi isihlobo sami . ngimucela imali yokuthi ngihambe nesikole kodwa yena wavele wathi angilale naye ukuze ngizo kwazi ukuthi ngithole imali yokuthi ngihambe . nangempela kwenzeka lokho ngoba wathi esefuna okwesibili ngathi cha ngeke ngize ngisakwazi . wavele wangithuka wathi vele mina ngadlwengulwa ngisemncane wangithuka ngakho konke okwenzeka kimina . yilapho engathola khona ukuthi ngempela ngahlukumezeka ngisemncane . ngathi ngiphuma njena esikoleni ngahamba ngaqala ukubhagwayi ongase ulicabange  . kwase kushoda ukuthi ngihlale emgwaqeni ukuze ngizoba yiphara . ngathi lapho sengibona ukuthi impilo yami ayisahambi ngendlela ngahamba ngaya kosonhlala kahle ngiyocela ukuba ngihlale ekhaya lezintandane . nangempela bangitholela indawo yakwanyuswa engingazane ngiyithokozele ukuba kuyona . ngoba kunezizathu eziningi ngaphindela ekhaya ngaqala maphansi nempilo yami yobu phara . kwaze kwafika osonhlalakahle okwesibili sebezongilanda ngiyiswa kwenye indawo . lendawo engayiswa kuyona ifana nezulu iyisibusiso kimi nakwabazali bami ngoba ngisho ekhaya abafuni ngiphume kuyona ngenxa yokuthi inosizo,kukhonzwa unkulunkulu kakhulu kuyafunda inayo yonke into ongase wicabange .lendawo inomama nobaba nosisi nawo wonke umuntu ongase umcabange . ingisizile ngakwazi ukuthi ngihlukane nezidakamizwa ngifunde njengoba sengiphumelela ukuba umbhali wezincwadi . noma inganoma yisiphi isihloko ngingakwazi ukuthi ngiyibhale . iphe nobhuti wami amathuba okuba adlale imidlalo .udlala ibhola lezinyawo Kanye ne bhola lombhoxo maningi kakhulu amathuba abasinikeze wona elungisisa indlela village . uyahamba ubhuti wami ngo mhlaka 7 kuNhlaba ngo2019 uyaphesheya uyodlala . ngiyabonga eLungisisa indlela Village kubaphathi Kanye no thisha bami nomama abangiphe uthando nemfudumalo bathwala kanzima ngempilo yami .inhloso yami yokubhala lencwadi bekuwukukhuthaza abantu ukuthi noma ngabe uvelelwa yini ungayeki ukuthi ufeze amaphupho akho qhubeka uthandaze umthandazo ubalulekile  kakhulu.                                                                                                                                                                       

Teen mom, teen daughter




Teen mom, teen daughter

Yolanda from hammarsdale her most important role to that being a mother she fell pregnant at the age of 18 and gave birth just after leaving school. today actress Yolanda 33 enjoy a close relationship with her teenager Ziyanda[zee]because also a baby and I didn’t know what was expected of me as aparent. Yolanda says

I could not go to university for two years because I had to look after her. And that killed me inside .it felt like life was passing me by. When my peers were talking about university life felt left out. Enhle grandmother then offered to look after  the little girl so the ambition young actress could study further . my daughter stayed with her father ‘s side of the family [in the same neighbourhood] any only saw her on weekends and school holidays, Yolanda says. But she adds that the sacrifice paid off. god, she says. At church the older ladies were so helpful. they constantly counselled me and offered advice. I was always surrounded by positive up lifting people. Yolanda says she also learn to be patient . Enhle taught me how  to wait , which is a quality I did not have before I became a mom . I also learnt how to handle every tantrum and very sickness calmly. I’m forever grateful to her for that and she’s full of positive massages for other teen moms. A’s the bible says ; “all things work together for good don’t despair or give up on yourself and your dreams no matter how long the storms takes, it shall pass . and rainbow will appear rise up and forge ahead. your destiny awaits. Yolanda recently got married and now lives on the south coast of Kwa-Zulu natal with her husband , Mbongeni Mkhize 35, who has three children of his own . Enhle who is in grade 11 at girls high, still lives with her biological father in Pinetown which is two hours away. “I’m still extremely involved in her lives and make time as often as possible to see her” Yolanda says  “we have been able to blend everyone fits right in .Enhle is not very much a part of us and our relationship has not changed much .”it  was quit education too research for the part included watching two movies [ the hands that rocks the cradle ] and starring Annabella scoria  . and road rage to understand the differences between obsession and schizophrenia. And she also been the most popular role l’ve ever played.